Music: Thulani Mabaso Imvula yasebusika mayinetha Yenza mina ngikhumbule wena Kyabanda Yazi kumnand ukuba nawe
Imvula yasebusika mayinetha ma Ingenza mina ngikhumbul owam udali Kumnandi Yazi Kumnandi ukuba nawe
Ngathi ngakbhek emehlwen, ngikbambel eduze Ngiksondeze, emehlweni ngikbuke Ngsajuse, awyek ukhulum Sengzoba nequnga namhlanje kuzof umuntu
Khumul , baby ngithi sukum Ngikhlubule mam ithi ngikkhumule Ngikqukul siyongen ebathroom Ngvul iShow eshisayo sthintane ngeyfuba
Lamabele angaka my baby Abhampa okwe double bed Lesosinq esingaka my baby Ngizosbamba ngeke ngisyeke
Mangigcob insipho Ngiyiqale kwisinqa Ngikhuphuke kwi figa
Lindela Lindela ngizokukinya Baby you're turning me on When you heavily breathing
Imvula yasebusika mayinetha Yenza mina ngikhumbule wena Kyabanda Yazi kumnand ukuba nawe
Ngik'khiph eshawen, ngikyis ekamelen Lapho ngikphethe, ngiku kiss emqaleni Ngikphos embheden, ngikfak eyngubeni Ikhand emcamelwen ngphefumlel endleben
Ngithi ngyakthanda mama Ngfuna uzohlala nami Khona sizobasa njalo Naw uyabona baby kuyabanda manje
Thula Du, cel ungqabule Ngbambe ngeshluth ufak inzipho zingaphum Asyekhoneni baby ngfun udlusuthe Ungvalele ngemlenze ngingalinge ngisuke