Lyrics: Lindelani Kubheka/Kwanel Mjoli/Teboho Liwani Music: Lindelani Kubheka/Kwanel Mjoli/Gilda Mashele misebenzi yami iyangifakazela Ontanga bami bephumelela, bengibamba ikhanda ngitatazela Ngithi ngeke kusangilungela Izinyembezi zami bezifuna ukwehla, uNkulunkulu wanginika ithemba Bengivuka ekuseni ngiyosebenza Bengivika izinyoka, ngivika ameva Ngiphikelela imnyama indlela Nami sekuze kwangilungela Bekungeke kuhlale kunje Ngivuka ekuseni ngiyosebenza Ngivika izinyoka, bengivika ameva Ngiphikelela imnyama indlela Nami sekuze kwangilungela Bekungeke kuhlale kunje
Yavela Yavela imisebenzi wemadoda ngiyanitshela Oh anibize umama azobona Yavela Yavela imisebenzi wemadoda ngiyanitshela On anibize umama
Ndahamba kwam ekhaya Ndahamba mina kwa kudala Sendbuyile manje ngzokbona ngomso mama wami wee Ndahamba kwam ekhaya Ndahamba mina kwa kudala Sendbuyile manje ngzokbona ngomso mama wami wee
Bengizisola ngoba mina bengifuna uphuma Ndavele ndaphuma ndiyoghereza ngiyosevenza
Bathi vala amehlo uvule umlomo ukhuleke Ukuze indlela zakho zibe lula ziqhubeke Ithonga lami elangipha uthando langipha isneke Buka manje nami sengiyasebenza
Anbize umama azongbona ajabule kahle Kube kanje athi Waz’ wakhula kahle Kuze kwande insuku zokjabula naye Uyokwazi ukfaniswa naba-abanye omama abaqotho Whooo haawawawo
Ndahamba kwam ekhaya Ndahamba mina kwa kudala Sendbuyile manje ngzokbona ngomso mama wami wee Ndahamba kwam ekhaya Ndahamba mina kwa kudala Sendbuyile manje ngzokbona ngomso mama wami wee
Bengivuka ekuseni ngiyosebenza Bengivika izinyoka, ngivika ameva Ngiphikelela imnyama indlela Nami sekuze kwangilungela Bekungeke kuhlale kunje Ngivuka ekuseni ngiyosebenza Ngivika izinyoka, bengivika ameva Ngiphikelela imnyama indlela Nami sekuze kwangilungela Bekungeke kuhlale kunje
Yavela Yavela imisebenzi wemadoda ngiyanitshela Oh anibize umama azobona Yavela Yavela imisebenzi wemadoda ngiyanitshela On anibize umama azobona Yavela imisebenzi wemadoda ngiyanitshela On anibize umama azobona