Lyrics: Thando Charles Mosime
Music: Moses Ngubane
Chorus
weMfazi angikuboni
('ngabe ukuphi na)
Solokungijabula ngedwa
(Ngabe ukhona la, aah)
Ngikubeka kuma social media
(Qha awutholakali)
Mawungekho
(Mawungekho), yazi Mawungekho
(uyazi Mawungekho)
Umuntu ajabule
(Ngabe ubloma nami)
Makungekho umngani
Ngijabula ngedwa
(Injabulo enjani)
Into enjani ngibuzwa
Habakithi (uhhh)
(Uphi umuntu wakho Thando)? Mawungekho (Mak'ngekho)
yazi Mawungekho
(uyazi Mawungekho)
Verse
Ngafa bo yimibuzo
Ekhaya, ngibonengathi
Sengihlulwa wumshana (uuh).
Sheshisa kusho umalume
Buya me ntombi.
Ithi ngisheshise futhi ne'nkomo zicwele ezakho. (Uwoo, uh, uhhh)
Sheshisa kushomalume
Buya ne ntombi
Ithi ngisheshise futhi ne'nkomo zicwele ezakho. (Uwoo, mm).
Mmmh. Kuyakhala aboZondi.
BayoKhalela udodi
Masengiphuma emzini
Kababa.
MasengimTholile uMakoti
Ngizomshada ke Godly, bese ngimuphe nabantwana.
Kuyakhala aboZondi.
BayoKhalela udodi
Masengiphuma emzini
Kababa.
MasengimTholile uMakoti
Ngizomshada ke Godly, bese ngimuphe nabantwana.
(Mmmmh).x3
Wooo, ngiyakubiza!
Sondela Mama woza kimi
Woza please, ngicela iNumber uthandwa yimi
Ungenza busy, angiqambi amanga buza kithi, ngizoku kotisa mina.
Chorus
weMfazi angikuboni
('ngabe ukuphi na)
Solokungijabula ngedwa
(Ngabe ukhona la, aah)
Ngikubeka kuma social media
(Qha awutholakali)
Mawungekho
(Mawungekho), yazi Mawungekho
(uyazi Mawungekho)
Umuntu ajabule
(Ngabe ubloma nami)
Makungekho umngani
Ngijabula ngedwa
(Injabulo enjani)
Into enjani ngibuzwa
Habakithi (uhhh)
(Uphi umuntu wakho Thando)? Mawungekho (Makangekho)
yazi Mawungekho
(uyazi Mawungekho)
weMfazi angikuboni
('ngabe ukuphi na)
Solokungijabula ngedwa
(Ngabe ukhona la, aah)
Ngikubeka kuma social media
(Qha awutholakali)
Mawungekho
(Mawungekho), yazi Mawungekho
(uyazi Mawungekho).