Impi (Radio Edit)

Music: Siphesihle Hector Luthuli Aah gee usuthu aah gee ngadla Aah gee usuthu aah gee ngadla
Nansimpi ingenile magcekeni, hho saphela la Nansi sinyathela wabantwana, hho saphela la Nansimpi ingenile magcekeni bo wololo wololo, hho saphela la Nansi sinyathela wabantwana, wololo wololo hhololo ayaya saphela la hhalala
Hhalala
Aah gee wololo usuthu hhalala hho saphela la aah gee Wololo ngadla hhalala wo saphela la aah gee
Madoda thathani imikhonto niye entabeni Bomama thathani izingane niye entabeni Madoda thathani imikhonto niye entabeni Bomama thathani izingane niye entabeni
Kusho mina ke umhlane odli vesti umadolo osazi lengi yipeletu Untungwana zase clermont eyithandukuvela ngaphansi kwamakwapha Odriver makuphela inyanga uxhafuxhafu ukudla kwengulube Umfana uyiphikelani iy`ngane ngoba nakho phela siyabona ukuthi uqomile
Oh hhe ngihamba naye udj cyclops umfana wakhona la endunduma Umfana omuhle umfana omuhle kakhulu kunabobonke abafana abakho emhlabeni Ujikelele hho hhe ayi izinto zithanda ukuba lukhuni makunje ayi ayi ayi ngeke makunjena Akuzi kahle
Ohh hhe waaaashaaa...