Lyrics: Nobuhle Khuzwayo
Music: Lunga Walter Rululu
Ngihlangane nethemba endleleni
Ngalibuza ubhekephi mina
ngiphelelwe
ngihlangane nethemba endleleni
langibuza ngilishiyiyephi ngoba
ngoba konakele
ngathi ngihlala ngilila
ngiphiliswa ngeNzilo
ubumnyama buyintambo
ngathi ngihlala ngilila
ngiphiliswa ngenzilo
ubumnyama buyintambo
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
Ngahlala ezinzulwini zobusuku
ngamemeza uBawo
aa ukuphi na
Ngizwa ngilandelwa amacala abazali
amacala abalele ayi
ngikhulule
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
sengiphila nge Gama
awu Igama
awu Igama
awu Igama
awu igama
awu igama
awu igama
awu igama
awu igama
awu igama
yooo yoo
yooo yooo oh
yoo
igama