Lyrics: Danya Devs Music: Danya Devs/Kinglee beats Nginama plan amangaka Nginey’fiso ey’ngaka Ingakho ngisebenza Lalela weMkami
Nginama plan amangaka Nginey’fiso ey’ngaka Ingakho ngisebenza Lalela weMkami
Dali umuzi weGlass Dali umuzi weGlass Mina ngizokwakhela Mina ngizok’thengela

Wangshela ngak’qoma Sufuna ukungilobola Asishaye iVacation Sihambe syophola Siyi combo ye-Ice Ne Coca Cola Siyi combo ye-Ice Ne Coca Cola
Dali umuzi weGlass Dali umuzi weGlass Mina ngizokwakhela Mina ngizok’thengela
Dali umuzi weGlass Dali umuzi weGlass Mina ngizokwakhela Mina ngizok’thengela
Umuhle Ngyak’ncoma Umuhle Ngyak’ncoma Bafuna ukuzenza wena, bayak’photocoper They tryna be like you, bayak’photoshopper Uyiphilisi lami, ngyak’overdoser
Dali umuzi weGlass Dali umuzi weGlass Mina ngizokwakhela Mina ngizok’thengela
Dali umuzi weGlass Dali umuzi weGlass Mina ngizokwakhela Mina ngizok’thengela
Uthando olucijile Msizi siyawulola Dali ungfaka kwiFridge Menginawe ngyaphola Nhloso zami sihlobile Nhliziyo uyayigeza Kuloluthando s’pholile Ukuhlukana khohlwa