Lyrics: Amukelani Knowledge Qwabe/Gugulethu Ntombikababa Khanyeza Music: Amukelani Knowledge Qwabe/Gugulethu Ntombikababa Khanyeza Wena wena Wena
Wena wena Wena
Wena wena Wena
Wena wena Wena
Ngizele amadodakazi amathathu, Amabili impela wona aseganile
Ngizele amadodakazi amathathu, Amabili impela wona aseganile
Iyangibuza Lena esele ithi, Mama
Ngogana nini Mina aaa
Iyangibuza Lena esele ithi, Mama
Ngogana nini Mina aaa
Mntanam angeke nishade nonke
Makungadalwanga akudalwanga aaa
Mntanam angeke nishade nonke
Makungadalwanga akudalwanga aaa
(Ngeke nishade nonke)
(Ngeke nishade nonke)
Uyohlala nami
Uyohlala nami wena
Uyohlala nami
Uyohlala nami wena
Uyohlala nami
Uyohlala nami wena
Uyohlala nami
Uyohlala nami wena
Uyohlala nami (Wena) Uyohlala nami wena (Wena, wena)
Uyohlala nami (Wena) Uyohlala nami wena (Wena, wena)
Uyohlala nami (Wena) Uyohlala nami wena (Wena, wena)
Uyohlala nami (Wena) Uyohlala nami wena (Wena, wena)
Kush' uMa Ozala Mina
Uthi angeke sishade sisonke
Kodwa kush' labo engizalwa nabo
Bathi sekwanele, sekufanele ngiyogana
Kush' uMa Ozala Mina
Uthi angeke sishade sisonke
Kodwa kush' labo engizalwa nabo
Bathi sekwanele, sekufanele ngiyogana
Weee Mama wami
Sengihlulekile
Ukubekezelelana
Nemibono yabo
Weee Mama wami
Sengihlulekile
Ukubekezelelana
Nemibono yabo
Ngiyazibuza kuyongilungela na
Ngabe kuyongilungela na
Ngiyazibuza kuyongilungela na
Ngabe kuyongilungela na
Ngiyazibuza kuyongilungela na
Ngabe kuyongilungela na
Ngiyazibuza kuyongilungela na
Ngabe kuyongilungela na
Weee Mama wami
Sengihlulekile
Ukubekezelelana
Nemibono yabo
Weee Mama wami
Sengihlulekile
Ukubekezelelana
Nemibono yabo