YEGA NAMANZI

Lyrics: Sipho Thembalethu Mbonambi/Lungelo Mabuya Music: Siphiwe Mbatha 4. YEGA naManzi
YEGA naManzi (Lungelo verse) Ay wemfana Awuthi ngiku xoxele Ngiqeda ukubona lomtana Ngavele ngamusondela Ngathi wozala Ngitshele igama Ubani Mina ngulungelo futhi ngifuna wena Kwabe sekuhamba Isikhathi Wabe sengifuna Ubumnandi Ukhuluma nge icetropez Kanti uzongi jikela Ntwana wangi jikela
Ingulube isingi nonele Ntwana wangi jikela Ingulube isingi none
(Verse 2) Kukhuphuka ne mizwa Mengizwa ngalo mtana Abamaziyo sebe Mbiza Ngotshwala Uhamba nama blesser Abo Sibiya no Mjwara K'phela mezo thola lotshwala Thola lo tshwala Ikasi lonke sebemu biza umcala Ufika wonke amacala Wonke amacala Awk'phela nje mezo thola lotshwala
(Verse 3) Ay Sodoma Ne Gomora Baba Letha imvula Nazi ngane ziyoma Ay Sikabopha Sekamosha Angithi ufuna inyuku Ufuna imali idollar Ay yeh Ay ngoma Ithele Njengamanje I Yega ngoma Ithele nje ngamanjer Yega ngoma Mina nginga phuza namanjer Desha namanje Yega namanzi Master namanzi x3