Music: Funtrax Makoya/Sydney Vumi Lukhozi Nakhu sijikelwa ngumuntu s'phila naye (Hawu ngoba umuntu) Kade sinaye izolo lokhu s'gijima naye (Incwadi engafundeki umuntu) Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu (Hawu ngoba umuntu) Yaz' umuntu (Incwadi engafundeki umuntu) Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu (Hawu ngoba umuntu) Yaz' umuntu, hayi (Incwadi engafundeki umuntu)
Nakhu sijikelwa ngumuntu s'gijima naye (Hawu ngoba umuntu) Kade sinaye izolo lokhu s'phila naye (Incwadi engafundeki umuntu) Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu (Hawu ngoba umuntu) Yaz' umuntu (Incwadi engafundeki umuntu) Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu (Hawu ngoba umuntu) Yaz' umuntu, hayi (Incwadi engafundeki umuntu)
Ngeke umthinte umuntu Ngoba uyajika umuntu Waze wayinkinga umuntu Ngok'thola imali encane, washintsha umuntu Manje uyaspina ubhuti Talkin' that "k'dala ngak'gcina bru" Actin' like we are cool But you know you owe me two stina bro
Yazi bazok'dina bo, bazok'sanganisa Hey abantu banamanga, bazok'lahlekisa Ungang'boni ngaphandle, ngcono ng'hlale endlini Smokin' my goddamn weed
Kodwa asiyeke Ngoba ngeke benze lutho Ngeke bang'tshele Ubaba wathi kimi Uma uyindoda ubozimela Ubabuze ekasi, umfan omncane Ingagamela Angithi wena uyi-clever
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu (Hawu ngoba umuntu) Yaz' umuntu, hayi (Incwadi engafundeki umuntu)
Ngoba hayi umuntu, hayi umuntu (Hawu ngoba umuntu) Yaz' umuntu, hayi (Incwadi engafundeki umuntu)
Umuntu uk'jikela njengothswala esiswini Angak'jikela nasemini Yebo ungamthanda, kodwa ungamthembi please Ngiyak'cela, please Umuntu uk'jikela njengothswala esiswini Angak'jikela nasemini Yebo ungamthanda, kodwa ungamthembi please Ngiyak'cela, please
Ungamthanda umuntu Kodwa ungamthembi umuntu Hayi uyashintsha umuntu Ingakho ubomsaba umuntu, yeah Ubomsaba umuntu Ungamthembi umuntu