Lyrics: Nomfundo Ngcobo/Martin Manqoba Sosibo
Music: Nomfundo Ngcobo/Martin Manqoba Sosibo
Ngoba kuningi, kuningi
Ngiyawading' amandla
Just this one more time
Ngiyawading' amandla
(Ngiyawading' amandla, yeah, ngiyawadinga)
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela
Mthetho wami ngisebenza kanzima
Kepha akekh' obongayo
Qha no jabulayo
Angazi nom' inkinga ikimi, noma ikubacwasi bami
Kunini ngizibuka, nesbuko sesikhathele
Usizi (Usizi)
Usizi (Usizi nginalo)
Usizi (Usizi)
Usizi
Ngiyawading' amandla
Just this one more time
Ngiyawading' amandla
(Ngiyawading' amandla, yeah, ngiyawadinga)
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela
UThixo useduze nalabo abadabukile
Sondela nakimi kuze ngizithole
Phandle ngizizwa ngidukile, ngithukile
Ngikhishw' inyumbazane mangizi mbandakanye
Ngifuna nje:, ukwamkelwa, ukwesekwa
Konke okuhle
Oh, bese Kuphele lonke usizi
Ngiyawading' amandla
Just this one more time
Ngiyawading' amandla
(Ngiyawading' amandla, yeah, ngiyawadinga)
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela phambili
Ngiyawading' amandla (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah (Phambili)
Ee yeah, ee yeah, ee yeah
Okuphokophela