Lyrics: Njabulo Nzimande
Music: Njabulo Nzimande
Nana saka marn
Aii nana jaiva marn
Buya ngzokseta manje
Angthi nghamba namagenge kphela
Yiningathi uze nomuntu wakho laa?
Why basbheka abafwethu?
Masjaiva nani epartini
Uthi abangani ke wena
Angizwa kahle kanti uthini?
Yini ngathi uzenomuntu wakho laaaa
Why basbheka abafowethu
Masjaiva nani epartini
Uthi abangani kee wena
Aii Phezkomuntu womuntu
Ngithi phezkomuntu wamalobolo
Phezkomuntu oshadile
Aii Phezkomuntu womuntu
Ngithi phezkomuntu wamalobolo
Phezkomuntu oshadile
Aii ngoba bamnandi abantu babantu
Bamnandi abantu babantu x3
Ngoba sidla abantu babantu
Abantu bam (yebo)
Bamnandi
Laph’engsuka khona
Ngathi sebengfuna bonke
Mina ngiphumile phumile kubo
Ngisukile ngfundile kubo
Mina ngiphumile phumile kubo
Ngisukile ngfundile kubo
Aii ngcela ukuthi senzumrithivithi
Akvele kube busy
Wonke umuntu maje sekathukile
Ukuthi imina ohlala e busy
Tshela uvuyewa ukuthi mina manje
Ngyambuyela
Vele ngyavukelwa