Lyrics: Makabongwe Dube/Mphatheni Khumalo
Music: Makabongwe Dube/Mhlengi Ngwenya
…
We Ma
We Ma, We Ma, We Ma
…
Awbhek’ iy’nkomo zami
We Ma, We Ma, We Ma
Aw’bheke iy’nkomo zami
Usebenzile
We Ma, We Ma, We Ma
Aw’bheke iy’nkomo zami
Usebenzile
Ngiyakukhumbula
We Mama
Ngiyakukhumbula
We Mama
…
Hello Ma
Hello Mntanami
Unjani?
Hhay,
Ngivukile ekufeni
Ek’guleni obekade kung’phethe it’s over
Nkulunkulu ungsizile
Uzoqhubekela hambili nje nawe
Ngalokhu kuRapper kwakho
Ngoba unkulunkulu muhle
Mayekwazi ukuvusa Mina ekuguleni okunje
Engahlulwa yini nje…uwena.
Ave beng’fisa mntanami…Ukuk’bona uphumelela
Kengimbone usathane efuna ukuth’ ingane yami ngingay’boni iphumelela
Kodwa ke, uzophumelela
Ayikho into ezok’thiya
Ayikho futhi into ezok’vimba
UNkulunkulu ukhona
UNkulunkulu uyaphila.