INQABA

Lyrics: Mthokozisi Manzini Music: Mthokozisi Manzini Ngibon' Inqaba mina bengvakashile Kwelabhanana egagasini Usis obemekahle impel' ilamba lidlile K'qala konakala mina kade ngazile X2 Kwakhala umzala wathi kodwa ngeke Lento soyqala kodwa yazi yzwele Ak' ufak' amabili mina ngiyphuzele Ngabona lapho ukuth yinhlekele X2