Lyrics: Nokulunga Vilakazi/Faith Lindiwe Mabhena/Felicia Lunga Dima Music: Karabo Mokoena/Kagiso Paul Ndlovu Ngikhule kanzima ngiyazi keph' engakonako angikwazi kuyehla noma kuyenyuka kuyafana kimi
Ayikh' indaw' efana nasekhaya , ikhaya likhaya noma lingaba njani Ayikh' indaw' efana nasekhaya , ikhaya likhaya noma lingaba njani
Ekseni ngiyovuka Ngsayozama ukuphanda Ng'funana ne mali, mali yokuphila Mpilo ayikho lula Asinabazali abazo thenga ukudla Yithi abadala. Intwana ayina mpahla isele nge brugu lok'qcina Eskolweni bayamhleka, ngoba asina lutho. Siyazi khulisa bakithi, sikhulisa ne ngane zo mama.
Cinisela.. Bambelela.. ungakhali.. sazobuya Asibasabi.. syabafuna Iminiyeza... iminiyeza nangomso Cinisela.. Bambelela.. ungakhali.. sazobuya Asibasabi.. syabafuna Iminiyeza... iminiyeza nangomso