Lyrics: Nelson Mxolisi Gumede/Lindokuhle Mgedezi/khethukuthula Tony yalo
Music: Mbusi Caven Mzindle
Yazi ngiyakusola usulala ama out mybe
Usuthulile I outhi encono kunami hhe hhe
Dala bengikhuza ngawe ngingafuni ukumamela bethi uzongigila phela
Lana isemhlapeni
Dala bengikhuza ngawe ngingafuni ukumamela bethi uzongigila phela lana
Isemhlabeni
Ibuhlungu we
Ibuhlungu we
Ibuhlungu lento yenza kimi
Hook
Angi understand mawu ama calls zami
Awuwabonga
Kunini ngikufonela ngikufonela
Angi understand mawu ama calls zami
Awuwabonanga
Kunini ngikufonela ngikufonela
Uluku ngikhuluma nalomlungu engamazi
Wase melika
Uloke ungikhulumisa nalomlungu engamazi
Wase melika
Vers 2
Hello my babe wena hello ntombazane
Khona into engidlayo lento mina ingidla
Ngaphakathi
Hello my babe wena hello ntombazane
Khona into engidlayo mina lento ingidla ngaphakathi
Njalo mangifona wena wena babe ifoni awu Bambi Koda one missed call from kwena shuthi ngiyakufebela
Njalo mangifona mina wena babe ifoni
Awuyibambi Koda one missed call LA kuwena shuthi ngiyakufebela
Hook
Uluke ungikhulumisa nalomlungu enginga mazi wasemelika
Uluke ungikhulumisa nalomlungu
Enginga mazi wasemelika
Vers 3
Wathi concistency
Wathi awu kwazi kusho e ilanga ungafonanga lonto uzungayenzi
Phela asikwazi ukulwa Sbanga ukuthi
Kulezinsuku awusangifuni check
Nasekhaya bazi Ukuthi mina ngi happy
Ngoba ngiphila nawe kodw wena awusangifuni text
Inkinga zami NGATHI azikapheli ngizoba nazo
Uyazi sengifone kaningi
Ngaze ngafonelabakini
No anti wakho uthi abasakwazi ekhaya
Bakugcina ngolesbili
Noma ngabe ngi fona early
Noma ngabe ngi fona daily
Ngifuna wazi wena sthandwa sami
Inkinga zethu ngi ofa nazo
Hook
Angi understand mawu ama calls zami
Awuwabonanga
Kunini ngikufonela ngikufonela
Uluku ngikhuluma nalomlungu engamazi
Wase melika
Uluke ungikhulumisa nalomlungu engamazi
Wase melika
Uluku ngikhuluma nalomlungu engamazi
Wase melika
Uluke ungikhulumisa nalomlungu engamazi
Wase melika