Lyrics: Danya Devs/Ntokozo Mawelele Music: Danya Devs Baby please give some more Makuthando lakho mina ngifuna some more Ngoba ung’nika uthando olunoshukela ohhw ama eat somemore Masugqoke ingubo yeGucci Ungenzela imovie Ngapha unuka iDior (fah fah) Ushaya ngeskhumba esismooth Ngathi uThuli P Nephimbo elimtoti
Abafuna uthando lwami Dali Thando lami dali Mabakhohlwe ngoba inhliziyo ngiynikele kuwe Dali Hamba nami dali Hamba nami dali Hamba nami dali
Abafuna uthando lwami Dali Thando lami dali Mabakhohlwe ngoba inhliziyo ngiynikele kuwe Dali Hamba nami dali Hamba nami dali
Siye kwanhliziyo ngiyise Kwanhliziyo ng’yise
Ng’zokshadela esontweni mina sweetie Pie Ingubo emhlophe lapho inuka istashi Ng’fasi insudi ng’phinde ng’fase uTie Mang’bona uBhuti wakho ngithi ola Sbali Ola sbali Ola sbali Ola Sbali Ung’chaza masung’biza usuthi sosha lami Iking yakho yak’dala ay’sabonakali Icrown ibimsinda washona phansi Udali wami ma’shela uzobhalansa Uzok’ curve uzobaw’banana U2bhobho wami ung’khumbuza iMalaika Kade ngikutshela ukuthi
Abafuna uthando lwami Dali Thando lwami dali Mabakhohlwe ngoba inhliziyo ngiynikele kuwe Dali Hamba nami dali Hamba nami dali Hamba nami dali
Abafuna uthando lwami Dali Thando lwami dali Mabakhohlwe ngoba inhliziyo ngiynikele kuwe Dali Hamba nami dali Hamba nami dali
Siye kwanhliziyo ngiyise Kwanhliziyo ng’yise Siye kwanhliziyo ngiyise Siye kwanhliziyo ngiyise