Lyrics: Sipho Mbonambi Music: Sipho Mbonambi/Melokuhle Nzimande/Bonginkosi Tshabalala IPHUPHO
Nanananana nana
CHORUS K'dala ngehla ngiwa nginyuka Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa 'Mangedwa x2
VERSE 1 Ngithi, ngicela sihlale phansi NAthi sibike lolu daba Ngoba okuhlula amadoda kuthiwa kuyabikwa Abanye bethu basishiya kulomhlaba Ngenxa yezifuba ezazivalela izinkinga Emaphuphweni ngizwa amazwi engibiza Izinto zalomhlaba nami ziqala ukungilinga Umthwalo wami nami ngizwa ungisinda Kodwa angisho lutho ngoba akekho ozongisiza Ngizokhuluma nabadala bangibhekele Ngicele uNkulunkulu naye angithethelele Ithemba nami kimi alivuselele S'ngabantwana bakho Baba, thethelela, thethelela, thethelela (Ishu okaGogo yena yedwa loMfana)
CHORUS K'dala ngehla ngiwa nginyuka Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa 'Mangedwa x2
VERSE 2 Nasemakasana sengipheduka ihlanya Im'sebenzi ayibonwa, sengijika nelanga Bhuda yami uMpura wathi singapheli amandla Ngoba umhlaba awunaqiniso Wase ukhetha ukumthatha Thina besibuka kuye Intwana isaphusha ingenamandla Ingenalutho, yona ithemba ibilithola kuye Wavusa ithemba kimi, ukuthi ngilandele amaphupho Ngidele ikhaya Intwana encane izikuthande ukucula, thande ukucula, thande ukucula Intwana encane izikuthande ukucula, thande ukucula, thande ukucula
CHORUS K'dala ngehla ngiwa nginyuka Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa 'Mangedwa x2
Bridge
CHORUS K'dala ngehla ngiwa nginyuka Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa Mang'ngekho right ngikhuluma ngedwa 'Mangedwa x2