Lyrics: Mluleki Panwell Hadebe/Slindile Nosipho Mkhize Music: Siyabonga Khumalo Uzongilinda uma uhamba. Ungangishiyi. Sizogibela. Izintaba ZaseDubai Sibon’ amazulu Yena umude(umude s’thandwa Sami, yena umude) Umude (umude S’thandwa sami, yena umude) Sibhamu Sami (yen’ uyis’bhamu Sami) Sezinyoni (sezinyoni) Ay Mina soze ngikushiye Dali ng’hamba nawe Ngaphandle kwakho angiyilutho, mina ng’phila ngawe Impilo Yami ilele kuwe Dali, Impilo yam ilele kuwe Dali, Uthathi sandla Sami, ungenze ngibe ngowakho Ay mina ngdinga Wena Dali konke ixesha lakho, Uthath’ isandla Sam, ungenze ngibe ngowakho Ay mina ng’dinga Wena Dali, konke ixesha lakho Ng’thande,Ng’thande,Ng’thande, Ng’thande,Ng’thande,Ng’thande,Ng’thande Ngiphakamise, ng’phakamise S’thandwa Sami. Ngiphakamise, ng’phakamise Swidi lami Ngiphakamise ng’phakamise S’thandwa Sami Ngithande Uzongilinda uma uhamba Ungangishiyi Sizogibela Izintaba zase Dubai Sibon’ amazulu Ay Mina soze ngikushiye Dali ng’hamba nawe Ngaphandle kwakho angiyi lutho Mina ng’phila ngawe Impilo Yami ilele kuwe Dali, Impilo yam ilele kuwe Dali, Uthathi sandla Sami ungenze ngibe ngowakho Ay mina ng’dinga Wena Dali, konke ixesha lakho, Uthathi sandla Sam Ungenze ngibe ngowakho Ay mina ng’dinga wena Dali konke ixesha lakho Ng’thande,Ng’thande,Ng’thande, Ng’thande,Ng’thande,Ng’thande,Ng’thande