Lyrics: Thando Charles Mosime
Music: Rafael Rutase
Mawuzothula,
Nami sengiya thula.
Ub'sangiqomelani ntombi entle so, why ungiyenza so?
NgiyaKhumbula, ngisanda kucula (yea). Bengihlezi ngibhala incwadi ngoba intliziyo, why ungHurta so.
Umawuzothula
Nami sengiyathula
Ub'sangiqomelani ntombi entle so why ungiHurta so.
CHORUS
Ngibathe bathe ngiyazizwa
Kanti ngiyadliwa ngawe Dali.
Ngibathe bathe
Bathi ngiyajola nawe
Kanti usajola nalomfana
Ngicela ungisize ntombi
Ungisize Amafeelings yea
Uz'ngisize ntombi
Ungisize
Nginama feelings yea .
Bathi ngiyaGowa, and wena uyaGlowa ngami.
Abantu bathing ngapandle bathi ngiyaGowa mina, and wena uyaGlowa ngami.
SeBakhuluma kakhulu ngaphandle bathi uhambile
(Ubusy uyajola la) (Hmm) (yea).
Bakhuluma kakhulu ngaphandle
Bathi uhambile umuntu wami (awubuke ngiyaphika nami)
CHORUS
Ngibathe bathe ngiyazizwa
Kanti ngiyadliwa ngawe Dali.
Ngibathe bathe
Bathi ngiyajola nawe
Kanti usajola nalomfana
Ngicela ungisize ntombi
Ungisize Amafeelings yea
Uz'ngisize ntombi
Ungisize
Nginama feelings yea .