IBASEDUZE (MOYA)

Lyrics: Mbali Buthelezi Music: Nhlanhla Mbatha Ibaseduze nami Moya wasendulo Ibaseduze nami Moya wasendulo
*Chorus* Ibaseduze nami,moya, moya, moya, moya, Ibaseduze nami,moya, moya, moya, moya,
Bangitheleli'mithi Bayangidlisa emaphupheni ami Bathi mina ngiwele phansi Kodwa cha ngiyala ngami
Bayangidlisa, bayangidlisa Kodwa ngeke balunge Bayangidlisa, bayangidlisa Kodwa ngeke balunge
*Chorus* Ibaseduze nami, moya, moya, moya, moya (Oh) Ibaseduze nami, moya, moya, moya, moya.