Mbalenhle

Lyrics: Nonhlanhla Peaceful Mampuru/Dumisani Ngubo Music: Themba Mnguni Sekonakele woza
Engithi webafethu yohh Engithi nami ngiya jola
Igama lakhe umbalenhle Ubuya phesheya kwo lwandle Inqondo ikhona ijulile Uyamazi u Amahle Igama lakhe umbalenhle Ubuya phesheya kwo lwandle Inqondo ikhona ijulile Uyamazi u Amahle
Namhlanje uya shintsha lo mntwana Ne nqondo ayisekho namhlanje Namhlanje uya shintsha lo mntwana Nami angazi ngezeni ke manje
Sebe mbiza ngama gama Bathi seqa mkwaqo oohohooo Akalali ekhaya uthanda I corona lo mfazi Sebe mbiza ngama gama Bathi seqa mkwaqo oohohooo Akalali ekhaya uthanda I corona lo mfazi
Oryttah Umbalenhle umfaz wephepha Uzothi uyakuthanda kanti uyazi phandela Ugijimisa iplug namajita ekgontsin Indaba zakhe zigcwele lonke ilokish Ngisho nothando ntwana angeke lwamshintsha Uhlula abazali wena clever uzomthini Ngeke kusalunga ntwana ungazi bhaizisi Lomntwana ngeke alungu clever ungazi bhaizisi Oryttah Umbalenhle umfaz wephepha Uzothi uyakuthanda kanti uyazi phandela Ugijimisa iplug namajita ekgontsin Indaba zakhe zigcwele lonke ilokish Ngisho nothando ntwana angeke lwamshintsha Uhlula abazali wena clever uzomthini Ngeke kusalunga ntwana ungazi bhaizisi Lomntwana ngeke alungu clever ungazi bhaizisi Oryttah
Engithi webafethu yohh Engithi nami ngiya jola
Igama lakhe umbalenhle Ubuya phesheya kwo lwandle Inqondo ikhona ijulile Uyamazi u Amahle Igama lakhe umbalenhle Ubuya phesheya kwo lwandle Inqondo ikhona ijulile Uyamazi u Amahle
Namhlanje uya {chintcha } lo mntwana Ne nqondo ayisekho namhlanje Namhlanje uya {chintcha } lo mntwana Nami angazi ngezeni ke manje
Sebe mbiza ngama gama Bathi seqa mkwaqo oohohooo Akalali ekhaya uthanda I corona lo mfazi Sebe mbiza ngama gama Bathi seqa mkwaqo oohohooo Akalali ekhaya uthanda I corona lo mfazi
Lento impica abadala Ixake nomama AkasazI akhuze athini Manje uhlexi akhala Ushiya abantwana nabo bekhala Ubhidliza iksasa ngezandla zakho Lento impica abadala Ixake nomama AkasazI akhuze athini Manje uhlexi akhala Ushiya abantwana nabo bekhala Ubhidliza iksasa ngezandla zakho
Akasalali ekhaya sekalala amalunde Njalo masimkhuza usitshela ukuthi Udla ubusha bakhe Akasalali ekhaya sekalala amalunde Njalo masimkhuza usitshela ukuthi Udla ubusha bakhe Akasalali ekhaya sekalala amalunde Njalo masimkhuza usitshela ukuthi Udla ubusha bakhe Akasalali ekhaya sekalala amalunde Njalo masimkhuza usitshela ukuthi Udla ubusha bakhe