Music: Simphiwe Nyawose
I know a lot guys abazishaye ngawe
I can't blame them
Uya baba nawe
12 out of 10
Uyi flame enjani
Uyibhomu my love
Uyi chemical
Ubuhle obunje ang'zange ngabu bona
Never compromise awufani nalona
Nalona
Nalo
(Never compromise awufani nalona)
Love you long time I promise I'll be there
Ima do your hair
Ngikwenze amagoda
Ngibe ibhohha
Ngibe ibhohha
EFT
Ewallet makushoda
Drive thru ka Mc Deez ezintata
Give you my phone ang'soze ngakubhanqa
Anything you need
I'm there
Your provider
Ngoba
Uyishandapha lami baby
I won't lie
Ubuhle ngathi ukuphuma kwelanga
Bamba isandla sami
Bamba isandla sami
Uyi sthandwa sami
Uyi sthandwa sami
Uyishandapha lami baby
I won't lie
Ubuhle ngathi ukuphuma kwelanga
Bamba isandla sami
Bamba isandla sami
Uyi sthandwa sami
Uyi sthandwa sami
Smiling so much
Ngishawa amahloni
Abanye ngyababona kodwa angibaboni
Make me wanna spend sonke isikhathi sami nawe
Make me wanna spend yonke imali yami nawe
Cute smile
Slim waist
All I want is you kuphela no kepisi
And even though sometimes uyang'thethisa
What you doing next week
Awenze ivisa
Ngifuna ukuk'khipha
Sithi ukundiza
Show you off to ogqonqa orkanti
Bakubona ukuthi uyisphala phalani
Sunset to sunrise
Portable size
You are my size
Bheka mina kuphela we mamazi
And if bekushela
Know that's lies
You are everything I want
You are everything I need
When I look in your eyes
'Vane ngishawe amalimi
Awukaze ungiphoxe
Awukaze ungigile
Awukaze ungiphoxe
Awukaze ungigile
Buhle bendalo
Nange weave uyaba enter
Mawudlula kuthi cwaka ngempela
Bayakusaba
Bayaku hlonipha
Awuyona into yokudlala
Awulona ithoyizi
Uyishandapha lami baby
I won't lie
Ubuhle ngathi ukuphuma kwelanga
Bamba isandla sami
Bamba isandla sami
Uyi sthandwa sami
Uyi sthandwa sami
Uyishandapha lami baby
I won't lie
Ubuhle ngathi ukuphuma kwelanga
Bamba isandla sami
Bamba isandla sami
Uyi sthandwa sami
Uyi sthandwa sami