Lyrics: Lucky Gcumisa
Music: Lucky Gcumisa
Yeyeyeyee!
yeyeyee!
yeyeyeeeh!
Kodilika Izinta
"ey" !..
kobhidlika amaqhuma
Ingane zikhihla esika-Nandi ! Zehla zenyuka!

Sthandandaza Wonke Amalanga, Wonke Amalanga
WONKEERHHE! AMALANGA! Aw! Sthandanda Wonke Amalanga
Kodwa Akulungi EHEY! Kodwa Akulungi ! Kodwa Akulungi AW!
NjengeMbali eQhakaza Namhlanje eKsasa Iyabuna Futhi eyee!
AW! NjengeMbali!....
Impilo Ayikholula, Idinga ukubekezela, Inkinga Zizodlula, Uzofinyelela!.. Imsebenzi Noma Is'phutha, Iminyango Izovulwa
Inyembezi Noma Ziphuma, Mina Ngiyazi uzojabul