Qanda le Grootman

Lyrics: Andile Lusanda Xulu Music: Andile Lusanda Xulu/Simphiwe Nhlakanipho Luthuli Ngimubone izolo
Struu ngyazifela ngaye
I Cherry kabani lena (i Qanda le Grootman)
Umuntu kabani lona (Ayii yeye)
WemaJita ubani losisi lona (Ngimubone izolo)
I Froo kabani lena (Aaa yeee)
Uyathandeka Ubuhle bakho buyangiheha Dali wena mamela Ngifuna uyokotiza ekhaya
Uyathandeka Ubuhle bakho buyangiheha Dali wena mamela Ngifuna uyokotiza ekhaya
Babe i got a source and an juice on me Mangathola wena ngingazuza okuningi Ngisho empilweni yami kungashitsha okuningi Makungafika wena ngabe kuphelelisiwe
Sengifisa ukwazi uBaba wakho Ngoba uMa wakho ngyamubona Bengicela sijike le khaya Bethi njena ukukubona
Babe can give me love Can you please give me time Ungena ngigule Ikhanda lizule
Babe can give me love Can you please give me time Bengicela siduke sijubalale