Morning Texts

Music: Nyzo P Ngizizwa ngiphela amandla Ngibona kuningi okusenhlizweni yakho Angisazi ikuphi okuRight You said I should pour my heart I did Kodwa manje usuthi mina nginamanga
I want to build our love on lies But why should I gamble with my heart Ngoba kuwe ngifuna into eright No one but you whom I love now
You be like"Persie angsaakhon Kuningi ongafaka kukona In short period of time Kuncono ngthole umunye"
Nami ngingu muntu ma Nam nginama phutha Kodwa ngifunda kuwona Everyday am tryin Be a better man for you Kungshiya kwakho Kyowakha eskhulu islonda
Nhliziyo ifuno okwayo Mina ngfuna wena wedwa ma Wena ufuna ukahamba Sofuna ukungishiya ngedwa now Akukho okundlula ukukhala Angizizwa kahle mawungekho Nam

Imizwa Imizwa yam iyophelela kuwe darlie Ngizwe Darlie Ngicela ungizwe Darli ngizwe
Ngibambe Darlie ngcela ung'feel Darlie ngcela ung'feel
Ngoba sekdala ngzama Kukhuluma nawe Kodwa awungizwa darlie Mihla yonke ngyalimala Ngaphakathi darlie
Imizwa ayipheli!