Bavumile (Single)

Lyrics: Njabulo Ligojane Music: Mthokozisi Maphalala Soke sbone ubani okwazi ukugcina uthando Ungobaliwe ,bade Soke sbone ,sobaphoxa Uyi ndoni k'mele nje baxole
Au bavumile ,isandla Sakho Dali Au ngiwinile ,akekho ofana nawe
Ngilisoka kuwe doll Vumi indlela yethu sibone Aku mfihlo ukuthi ngiyakubona Siphephile
Naku ufika ,vele ungazi ukusaba ngeke kwenzi nkinga Sobilisa Nange efika ,Lo mntwana uwenza ukuphefumula ubunzima Kodwa ayikho inkinga Gcwele insizwa kodwa wena ukhetha mina Noba yini akekho okwazi ukucima isibani Ooh badikiwe Kodwa sobaphika Bazamile Akukho okungashintsha
Ngoba vele yithi inkinga Ngcono sibazwisa ukushisa Phola nhliziyo Voma inhliziyo