Lyrics: Melokuhle Mkhungo/Sphelele Sandile Hlophe Music: Melokuhle Mkhungo/Sphelele Sandile Hlophe/Noah Beresin Bengithi ngeke ngsangena othandweni Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa X 2
Bese ngivumile Ukuthi lento yothando inabantu bayo (Ohho ngisho ngoba) Ngike ngal’zama uthando Kant ngil’niku umuntu owrong Othandu umuntu wakhe Eyy beseng’lahlekele amathemba othandweni Ngathola wena Ngiyaqal’ uk’thand umuntu kanjee (Iyang’hlupha lento) Uyang’thanda Uyang’nakekela Ung’thanda noma seng’lahla amathemba (Ungowami wena)
Bengithi ngeke (ngeke ohho hoo)ngsangena othandweni Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa Bengithi ngeke ngsangena (Ngeke ngsangena othandweni)othandweni Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa (Yang’nqoba imizwa)
Aw beke mina esthombeni Umtholapho lomntwana ok’hlanyisa kanje (Ngyaqala Uk’bona uthokoze kanje wena) Ungangeni othandweni nenhliziyo emnyama
Ahh ahh Ngikhohlwa zonke inkinga zami mangim’bona Nengliziyo uyayi guduza Mina ng’bona unkulunkulu wami Akafani lana eng’phuma kuye Lona uz’thobile Uhloniphekile Haw Haw impatho yakhe Seng’fi uk’bona umzali owazala lengane Ayy suka ikhuliswe kahle Usuyong’xolela mfwethu Msukwani ing’khalisa ithawula uyong’nika
Bengithi ngeke (Ngeke ngeke ngeke)ngsangena othandweni Yang’nqoba (Yang’nqoba imizwa) imizwa,Yang’nqoba imizwa (Yang’nqoba ahha hhaaa)
Bengithi ngeke (Bengithi ngeke ngsamthanda omunye umuntu weee) ngsangena othandweni (kodwa yang’qoba imizwa) Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa
Bengithi ngeke ngsangena othandweni (Wang’shitsha umqondo) Yang’nqoba imizwa(yeee heeh heee) ,Yang’nqoba imizwa
Bengithi ngeke (Ngeke ngeke ngeke )ngsangena othandweni (Ngeke ngeke ) Yang’nqoba imizwa,Yang’nqoba imizwa (yang’nqoba imizwa)